Inkunzi isematholeni inkulumo elungiselelwe inkulumo elungiselwe enesaga ijwayele ukuba nzinyana, okumele ukwenze kuqala ukuchaza ukuthi lokhu kuchaza ukuthini na? inkunzi isematholeni kuchaza ukuthi abaholi bakusasa batholakala kwintsha. intsha ingabaholi bangomuso. okushuthi kumele intsha inikezwe amathuba ngoba yiyo ezohola ikusasa.
uma uzobhala le essay kuhle uqale uchaze ukuthi yini inkunzi? yini ithole? yini ubuhlobo phakathi kwenkunzi nethole.
ukuthi inkunzi isematholeni kuchaza ukuthi abaholi bakusasa batholakala kwintsha, okushuthi uhulumeni kumele azame ukufukula intsha ukuze izwe lethu libe nekusasa, intsha nayo kumele incele ulwazi kubantu abadala ngoba kusasa yiyo phela intsha ezobe iphethe izwe, ake senze isibonelo nje uma kulotsholwa kuthunyelwa abakhongi, kumele nathi njengentsha sizijwayeze ukuhamba nabadala siyokhonga ukuze sizobuka, sifunde kwenziwa kanjani nemithetho yakhona, ngoba laba abadala bazosishiya ngelinye ilanga sebeshona, kobe sekuyithi okumele sibambe amatomu silobolele abashana bethu njengabantu besilisa, uyabonake ukubaluleka kokufunda ikusasa
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |